Amanoveli Esizulu Pdf Download

0 views
Skip to first unread message

Basa Benejan

unread,
Aug 4, 2024, 3:18:34 PM8/4/24
to wansisingdest
Iningilababhali bamanoveli esiZulu abantu abanamakhono amangazayo kodwa iningi labo bavame ukungabi nokwesekwa ezweni lethu uma beqhathaniswa nabezizwe. Lokhu kuyingozi ekuthuthekeni nasekukhuleni kolimi lwesiZulu. Ulimi lwesiZulu lunothile futhi lumnandi.

Le noveli idingida izihloko ezisemqoka emlandweni wesizwe. Lezi zihloko ziphathelene nezimilo nokuziphatha komuntu osakhulayo, nomdala imbala. Okuningi empilweni sekuguqulwe wukuphenduphenduka wukuguquka kwezikhathi. Noma kunjalo iqiniso yiqiniso. Iveza ukubaluleka kokuziphatha kahle nomphumela wokuziphatha kabi.


Le noveli ikhuluma ngamaphutha enziwa yintsha nabanye abantu abadala. La maphutha azala inzondo, inzondo izale udlame. Lapho-ke kufa abantu, kushe izindlu, abantu abalungile baphenduke izidlamlilo ngenxa yengcindezi yodlame. Ababi bathole ithuba lokuveza ububi babo kuhle kwempukane enxebeni.


Le ndaba ixoxa ngokuhlupheka nangokuhlukumezeka kwabantu ababehlala emijondolo nasemalokishini ngezikhathi zombuso wobandlululo eNingizimu Afrika. Ukwesweleka kwezindlu, imisebenzi kanye nendawo yokuhlala emadolobheni kwakuholela abantu ezimweni ezibucayi okubalelwa kuzo ukwehlukana kwemindeni.


The above short article shortlists some of best IsiZulu novels as per the observation of the author. The books are easily available to the public within the eThekwini Municipality as they can be found at most of the libraries at the metro.

3a8082e126
Reply all
Reply to author
Forward
0 new messages