Sanibona mina sengihlupheke kakhulu

167 views
Skip to first unread message

nonhlanhla mnguni

unread,
Jun 27, 2016, 5:53:39 PM6/27/16
to Umsamo Global Society
Ngicela usizozo sengihembe kwaze kwaphela imali kuthiwa nginabantu abadala Nami kukhona engikubonayo kodwa Inkinga yami Angazi ngiyenzeni ngoba kuthiwa kumele ngilinde idlozi lingikhombe lakumele ngiye khona kodwa lutho ukuphupha lakumele ngilashwe khona angikwazi nokuhlala nabantu ngisho nendoda yami angisayijabulisi ngoba lutho imizwa ngihlala ngithukile sengathi ngibulale umuntu nginenhliziyo encane kuningi nje okungenzakalelayo ngicela usizo ngiyaphela emzimbeni kodwa Angazi ngiqedwa yini

Delisile Mokone

unread,
Nov 3, 2016, 6:22:54 AM11/3/16
to Umsamo Global Society
Hi Nonhlanhla. Ngikuzwa kahle ngoba nami ngikuso leso simo. Usuzizakele yini?

Fezekile Futhwa

unread,
Nov 4, 2016, 11:33:27 PM11/4/16
to Umsamo Global Society
Sanibonani.

Ngicela ningithinte lapha sikwazi ukuluma kahle, ffu...@nalane.org.za.

Camagu.


On Monday, June 27, 2016 at 11:53:39 PM UTC+2, nonhlanhla mnguni wrote:

Nondumiso

unread,
Nov 6, 2018, 5:08:24 AM11/6/18
to Umsamo Global Society
Hi all,

I also have a question as I too am troubled I’ve consulted
Countless people who have told me that I have the spirit of Abalozi, umndiki namandawe and that I first need to go wash in the ocean before I start the process of uk’phehla amagobongo.But I’m so confused as others have told me that I have to thwasa and others say that if I dont want to then I can poead with my ancestors to let me be.can someone five me a clear indication as of how these things are done PLEASE!!
Reply all
Reply to author
Forward
0 new messages