AmaTycooler with much work and consistency he brings out this new and blazing hit song which is making much waves tagged Uyena featuring Focus Magazi.
Abantu abangasebenzi ikakhulukazi intsha yaseNingizimu Afrika nayo izodingeka ikhokhe imali ekhuphukayo uma beyofuna imisebenzi imali abangenayo. Ngakho ke kuyacaca ukuthi lolu hlahlomali aluzange luze lubukisise ngokubanzi ukuthi umonakalo uzoba ngakanani kulabo bantu bakithi okuyibona abahluphekayo nokudinga ukuthi uhulumeni ngempela ngempela ingabe uyena obabhekelelayo. Kuzodingeka ukuthi Ngqongqoshe mhlawumbe ngoMfumfu uma sesibuyekeza lolu hlahlomali wenze izinhlelo nemizamo yokusiza abantu bakithi ngoba njengoba izinto ziqhubeka njengamanje ububha buzoqhubeka nokunyuka nanjengoba amazinga okungasebenzi kwabantu bakithi asezingeni eliphezulu.
Angivamisile ukuxoxa noShenge, ngiyaye ngixoxe nobaba uGwala kube uyena oxhumana noShenge. UShenge wayebhalile incwadi encane, ngayithola laphaya. Ngathi mina emcimbini kahulumeni bonke abaholi bangeza. Lokhu kwakungaphambi kokuthi ngithole umyalezo ovela eMbubeni ukuthi izocela ukuthi kubuye kuthi ukulungiselelwa kancane lokho. Uhlehle kanjalo ke. Ngiyaphinda futhi ngiyasho ukuthi umcimbi owaqhubeka ngeSonto kwangungasewona umcimbi ulungiselelwe uhulumeni. Kwakungasewona umcimbi ongathi uCele emi la athi uyawazi. Kwakungumcimbi engangitshele wonke umuntu owayewazi ukuthi uyahlehla. Leyo ndaba ngifuna icace kanjalo. Akusikho ukuthi yingoba kunokudelelana okukhona, yingoba iqiniso linjalo. Kwahamba kanjalo. Lokho engikushoyo ngizokusho noma yikuphi. Lokhu engikushoyo yiloku engakukhuluma neMbube, ngakukhuluma nomholi we-IFP. Ngakukhuluma nabaholi bakahulumeni ababekhona sawuhlehlisa kanjalo umcimbi. Ngiyabonga kakhulu. [Ihlombe.]
df19127ead