Bengithi Lizokuna Grade 12 Pdf Summary

0 views
Skip to first unread message

Klaudia Aricas

unread,
Aug 3, 2024, 5:52:40 PM8/3/24
to lighrutasmoi

Indikimba (bengithi lizokuna). Indikimba yilapho sisuke sibheka khona ukuthi indaba ikhuluma ngani sisuke sibheka ingqikithi kwiNovel kaBengiti lizokuna indikimba yakhona (iThemba)kanye Nothando. Indikimba Yale ncwad eth: "bengthi lizokuna"
Isingeniso.
Indikimba umongo wendaba yonke,esethulelwa ukuth indaba imayelan Nani.ingaba igam elilodwa noma amabili .kule noveli ethi :"Bengithi lizokuna" sigqanyiselwa indikimba yothando/ithemba ngoba bonke abalingswa abalingisa khona bavele benothando lwe qiniso.

Ningisiza ngempumelo yombhali ekudluliseni umyalezo wenoveli Bengithi Lizokuna. yebo kube yimpumelelo ekudlulisen umyalezo we noveli ku mbhali ngoba ubaba ka mhlengi usuke ezitshela ukuth uthole insizwa kant akaz ukuth ingane yakhe izophenduka ibe imtombazane, usuyobeka ke nawe ngendlela yakho uqubeke futh wenze ibonelo ngabanye abalingiswa abasuke belindele okunye koda kwenzek okunye

Bengithi lizokuna essay and summary of the novel.Miningi imiyalezo ekhona

  • Wokuth ungathi izinqumo uphinde uzishitshe (bese uyakhetha abalingiswa abenza leyonto)
  • Izinqumo esizithathayo ziba nomthelela kubantu esiphila nabo(uyasekel ngabalingiswa futh ) umhlengi uthath isinqumo sokuthi ahlukane no nontobeko angamtsheli isizathu lokho kuya mhlukumeza unontobeko ngoba akasaz isono sakhe aphinde atshene uyise ukuth useynkonkon nalakho kuhlukumeze uyise emoyen ngoba wayesebenza kanzima umfana wakhe useyinkonkon .ugcina ngokumsulA efeni amdube amxosheUthathe uXolani,undumiso,nontobeko uchaze. and ungakhohlwa ukuchaza ukuthi lesiqumo asithathile silimaza ban nobaninje siqumo esithathwa umhlengi silimaza uNontobeko Kanye ngongidi bese uyachaza ukuthi kanjan

Indikimba igama elilodwa elingumongo wendaba elisetshenziswa ekuphenduleni umbuzo othi:"ikhuluma Ngan le Ndaba?"Indikimba Yale novel ethi bengithi lizokuna "uthando" ngoba izigameko eziningi ezenzakalayo sivezelwa indlela abalingis ababekhombisana ngayo uthando.NB:chaza ngokuncaphuna endaben(kwi novel)

c80f0f1006
Reply all
Reply to author
Forward
0 new messages