Umgomowale ngqungquthela ukuhlinzeka ngenkundla yezingxoxo zezinhlaka ezihlukene, ukwabelana ngolwazi, nokusebenzisana phakathi kwabacwaningi, othisha, izishoshovu, abenzi benqubomgomo, ongoti, nemiphakathi yomdabu. Le ngqungquthela ihlose ukuhlola nokuthuthukisa amasu amasha, izinqubo ezingcono kakhulu, nezindlela zokuguqula ukuze kubhekwane nezinselele ezibhekene nokuvuselela, ukulondoloza, nokudlulisa izilimi zomdabu, amasiko, ukudla, imilando nezinkolo.
Simema osolwazi nodokotela ukuthi balethe amaphepha okuqala ocwaningo, izifundo zezigameko, izingxoxo zethiyori, izindlela zendlela yokwenza, izifundo ezitholiwe kanye nezinqubo ezihamba phambili ezihambisana, kodwa ezingagcini nje, kulezi zihloko ezilandelayo:
Siyajabula ukumemezela ukubamba iqhaza kwezazi ezivelele, abenzi benqubomgomo, abaholi bomdabu, kanye nezishoshovu. Amagama abo abalulekile azohlinzeka ngemininingwane ebalulekile kanye nemibono ukuze kugqugquzelwe izingxoxo zengqungquthela.
Intuthuko ifika nezinguquko ezahlukene nezenza kwesinye isikhathi kuthinteke nosikompilo lomuntu. UMthetho wamaLungelo alethe ushintsho olukhulu eNingizimu neAfrika, abe nomthelela ekuziphatheni kwabantu besifazane nezingane esizweni samaZulu. Lokhu kuthinte kakhulu amasiko nenhlonipho esizweni. Kuzovezwa ukungaboni ngaso linye okukhona ezinhlakeni ezithile mayelana nezinguquko ezithinta isiko ekwenzeni imicimbi ethile bese kuzanywa ikhambi lokwelapha lokhu. Isahluko sokuqala: Lapha kwethulwa ucwaningo ngokuveza inhloso nentshisekelo yocwaningo. Kukhona izihloko ezizokwakha ucwaningo njengengqinamba, indlela yokuqhuba ucwaningo, ukubaluleka kocwaningo, imibono yongoti nabathintekayo. Umklamo uzoveza ukuthi ucwaningo luzobe lugxile kuphi. Ukuchazwa kwamagama athintwa isihloko socwaningo kuzokwenza kucace ukuthi liyini isiko. Isahluko sesibili: Kuzobuzwa abantu ngalokho okuthinta isiko namaLungelo. Uhla lwemibuzo luzosetshenziswa ukuze kuvele imizwa nemibono eyahlukahlukene yabantu. Abantu bamazinga ahlukene intsha, omama kanye nogogo bazophawula bazwakalise imibono yabo ngokulandela uhla lwemibuzo. Kuzofundwa imibhalo yongoti nokuphawula kwabo kanye nolwazi olutholakala emaphephandabeni emisakazweni nakomabonakude. Isahluko sesithathu: Kuzohlaziywa imiphumela yocwaningo kanye nemibono yababhali. Kuzovezwa nezinguquko esezikhona mayelana nendlela okuqhutshwa ngayo amanye amasiko esintu. Kuzobhekwa nezigameko ezenzeka esikhathini okuphilwa kuso ukuthi ngabe amaLungelo aneqhaza elingakanani ekunyuseni izibalo. Isahluko sesine: Kubhekwa izinselelo ezibhekene nesizwe sonkana. Izinselelo ngokwamazinga ahlukene njengamakhosi, intsha, izintombi, nezinsizwa kanye ne Silo samabandla. Kucubungulwa iqhaza isizwe elingasithatha ukubhekana nenkinga nokuqhamuka nesisombululo. Isahluko sesihlanu: Kulesi sahluko kubhekwa iziphakamiso, izincomo nokusonga. Kuningi okungaba izixazululo ezingenza uZulu wonkana asale ethokozile ezintweni ezithintaokungamagugu esizwe samaZulu. Lapha kugoqwa konke ngethemba lokuthi kuzosizakala abantu bamazinga ahlukene kakhulukazi intsha
Abaholi bomdabu bangachazwa ngokoMthetho Wesintu namasiko njengababambe izikhundla zokuphatha futhi ezibanika amandla ezizweni zabo. Lezo zizwe esifundazweni KwaZulu-Natal kungaba eziyingxenye yesizwe samaZulu.
Induna ezingene umncimbi wokunanza amasiko aMaNdebele eGaborone kwele Botswana ngeSonto, zithi zikhathazwa yindlela abantu besiNdebeleni, abatshiywa ngayo phandle kokwaba umhlabathi, wona ophiwa abantu abavela kwezinye izigaba.
Induna uNkosikazi Sinqobile Mabhena weNswazi utshele umbuthano lo ukuthi njenge zinduna emhlubulweni weMaNdebeleni, sebelobele uMongameli Emmerson Mnangagwa phezu kodaba olukhathazayo, lokwabelwa komhlabathi.
UMnu. Dumani Mlalazi, yena okunhlanganiso yeSibanye Cultural Society, obe kuyiyo ekade iqoqe ilanga leli, uthi udaba lwabantu abavela kwezinye izigaba bezothatha umhlabathi ezabelweni zeMaNdebeleni, kumele lulungiswe masinya.
Echasisa ngenjongo yaleli langa, umgcinisihlalo weSibanye Cultural Society, uMnu. Cephas Tshuma uthi kuqakathekile ukuthi balodoloze amasiko njengabantu besintwini bengaphandle kwelizwe. Uthi lonyaka kade bekhangele ukubonga abazali.
Umeli weMelika eZimbabwe uMnu Brian Nichols wethekelele enkundleni yeAmagugu International Heritage Center, eMatopo ngoLwesithathu lapho asungule khona ugwalo olujonge ukulondoloza amasiko esintu olulesihloko esithi ''Preservation of Ndebele Art and Architecture.
Ugwalo lolu lulotshwe ngoncedo lwemali engena kunkulungwane zamadola ezingamatshumi amane lasikhombisa ephiwe iAmagugu Heritage Center yiMelika phansi kohlelo lweUSA Ambassodors Fund for Cultural Preservation.
Ndihlutshwa liphulo nentengiso yomzi odidiyela nothengisa utywala iCastle Milk Stout, ngokusengela phantsi inkolo yesiNtu noxa amathunga ekho, ngelithi umisela usuku lweziNyanya! Eli phulo alizukunceda ukuvuselela inkcubeko, okulilifa, amasiko nezithethe zamaAfrika nanjengoko bebanga njalo!
4. Inkolo yesiNtu nephinyiselwa phakathi kwezinye izinto ngamasiko nezithethe, ayikho kukhuphiswano lokuba ibe nemisitho ekwikhalenda kuba ezinye iinkolo zanikwa loo nyhweba zizirhulumente ezinefuthe lobukoloniyali.
Ukuba iContralesa izimisele nyani ukukhuthaza inkolo yesiNtu, ibanjwe yintoni ngoku? Kutheni ifuna ukuxhathisa ngodlomdlayo ukuze yenze oko? Ingaba yintoni egwenxa ngokusebenzisa usuku esele likho nelibekelwe bucala kwikhalenda yesizwe, umhla wama24 kweyoMsintsi nolusuku lokukhumbula amafa esizwe?
Lo somabhizinisi ungumsunguli wenhlangano iSivananda World Peace Foundation. Inyanga yonke kaSepthemba kuzobe kuqhakanjiswa amasiko ezinhlanga ezahlukene. URamlutchman uthi uqale ukuzifela ngamasiko akwaZulu esemncane ngesikhathi ehambele Umkhosi weLembe KwaDukuza nalapho ayefike abone khona amabutho neSilo samaBandla bevunule kahle.
"Ngithe sengiqedile isikole ngahlangana neSilo ngazethula kuso saxoxa ngasitshela ukuthi ngiyathanda ukuba yingxenye yamaZulu. Sangemukela kahle, iSilo singumuntu olungile ohlala efisa nokusiza abantu ikakhuluakazi abahlwempu," kusho uRamlutchman.
Uthe lobu budlelwano bakhe neMbube ububona bubalulekile ngoba kugqugquzela ukuzwana phakathi kwabantu bezinhlanga ezahlukene abahlala KwaZulu-Natal. Uthe ukucwasana ngokwebala ukuzonda kabi futhi enye yezinto azikhuzayo uma ehambela imiphakathi eyahlukene. Uveze ukuthi basekhona abantu abambuka bemnyonkoloza uma bembona ephansi phezulu namasiko amaZulu ebe engowoMdabu waseNdiya. Abanye baze bangamkhulumisi uma ebabingelela ngesiZulu.
Uthe ubambisana neSilo ezinhlelweni ezahlukene uma kudingeka iminikelo yokutakula abantu abasezimeni ezinzima zempilo. Uthe kunabantu abaningi abahlwempu abakhele izindlu enikela nakwezinye izihlelo ezehlukene zokufukula abahlwempu.
Sources UMBHALO OGCWELE WOGUNYAZO LWAMALUNGELO OLUNTU JIKELELEIsanduleloNgokunjalo ukwamukelwa ngokuzuzwa kwesithunzi samalungelo alinganayo najwayelekileawowonke amalunga omndeni wesintu kuyisisekelo senkululeko, sobulungiswa noxolo emhlabeni,
Ngokunjalo ukunganakwa nokwedelelwa kwamalungelo esintu kube nomphumela wezenzozobuqaba eseziqede unembeza kubantu, kanye nomhlaba obhekwe isintu ukuba senameleinkululeko yokukhuluma nokukholwa, inkululeko yokungesabi futhi nokufuna kugunyazwe ugqozikubobonke abantu,
Ngokunjalo abantu beNhlangano yeZizwe bayinqinisile inkolo yabo yengqalasizindayamalungelo oluntu kuCharter, esithunzini nobuntu emalungelweni alinganayo abesilisanabesifazane futhi bazimisele ukuqhubela phambili inqubekelaphambili yomphakathi namazingaangcono empilo enkululekweni ethe xaxa,
Ngokunjalo aMalunga eMibuso azibophezele mathupha ukuthuthukisa, ngokubambisananeNhlangano yeZizwe, ukuthuthukiswa kwenhlonipho emhlabeni wonke nokuqashelwa kwamalungelooluntu nengqalasizinda yenkululeko,
UNQUMA uGunyazo lwaMalungelo oLuntu Jikelele njengezinga elifanayo lokuthuthukiswakwabantu nezizwe zonke, ekugcineni okuzokwenza ukuthi umuntu ngamunye kunoma isiphiisigaba somphakathi ngokugcina lolawulo emqondweni baphokophelele ngokufundisa nangemfundoukuphakamisa inhlonipho yalamalungelo nenkululeko futhi nangenqubekelaphambili, ezweninoma emhlabeni jikelele, baqinisekise ukwamukelwa okuvumelekile nokuqashelwa jikelelendawozombili phakathi kwabantu baMalunga eMibuso qobo lwabo kanye nabantu abangaphansikwemibuso yabo.
Wonke umuntu kumele awathole wonke lamalungelo nenkululeko ebhalwe kuloluGunyazo, ngalekokwehlukaniswa, ngokobuhlanga, ngokwebala, ngokobulili, ngokolimi, ngokwenkolo,ezombangazwe noma umbono, ubuzwe noma imvelaphi, umhlaba, ukuzalwa noma isiphi-ke njeesinye isimo.
Ngaphezu kwaloko, akukho kuhlukaniswa okuyokwenziwa ngenxa yezombangazwe, isimosokwenganyelwa kwezwe noma imingcele yezwe umuntu ahlala kulo, noma ngabe uzimelegeqe,ubanjelwe, ozibuse noma uphansi kolawulo olunqunyelwe.
Sonke siyalingana phambi komthetho futhi kufanele umthetho usivikele ngokulinganayongale kokubandlulula. Sonke kufanele sivikelwe ngokulinganayo ekubandlululweni,ngokungagcinwa kwaloluGunyazo futhi nasekukhuthazweni kwanoma luhloboluni lobandlululo.
Akekho okuyogaxekwa, ngokungemthetho ezindabeni zakhe zangasese, emndenini, ekhaya nomaezincwadini azithumelayo nazitholayo, noma ukuhlaselwa kwesithunzi nokuhlonipheka kwakhe.Wonke umuntu unelungelo lokuvikelwa kulokho kuhlaselwa nokugxambukela.
Wonke umuntu unelungelo lokucabanga ngenkululeko, unembeza nenkolo, lelilungelolihlanganisa inkululeko yokuguqula ukholo noma inkolelo noma ngabe eyedwa noma nabanyeemphakathini, obala noma ngasese, ukucacisa inkolo noma ukukholwa kwakhe ngokufundisa,ngokwenza, nokukhonza nangokulandela.
Wonke umuntu unelungelo lokuveza umbono ngenkululeko, lelilungelo lihlanganisainkululeko yokubeka imibono ngaphandle kokuthikanyezwa, futhi nokuthungatha, ukwamukelanokukhipha ulwazi nemiqondo nganoma iyiphi indlela yokusakaza ngale kwezihibe.
Wonke umuntu, njengelunga lomphakathi, unelungelo lukuphepha emphakathini futhikufanele aziwe, ngemizamo yezwe nokubambisana kukazwelonke futhi nangokuhambisananezinhlangano nemithombo yeMibuso ehlukene, kwezomnotho, amalungelo amasiko nenhlaloangenakulahlwa ngesithunzi sakhe nokuthuthukisa ubuyena ngenkululeko.
3a8082e126